Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 5:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Uyakuthatha khona eziyingcosana, uzibophele emiphethweni yengubo yakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Uyakuthatha lapho ingcosana kulezo zinwele uzibophele emiphethweni yengubo yakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kumelwe futhi nithathe ezinye zazo nizibophe emigqonyeni yenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 5:3
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha induna yabalindi yashiya abantu bezwe abayizimpofana ukuba baphathe izivini namasimu.


Kepha uNebuzaradani induna yabalindi wabashiya abantu abampofu ababengenalutho ezweni lakwaJuda, wabanika izivini namasimu ngasikhathi sinye.


Wayesehamba uJeremiya, waya kuGedaliya, indodana ka-Ahikamu, eMispa, wahlala naye phakathi kwabantu ababesele ezweni.


Kepha uNebuzaradani induna yabalindi washiya abantu abathile bezwe abayizimpofana ukuba baphathe izivini namasimu.


Inxenye yesithathu uyakuyishisa ngomlilo phakathi komuzi, seziphelile izinsuku zokuvinjezelwa, uthathe enye inxenye yesithathu, ugalele ngenkemba nxazonke zayo, nenye inxenye yesithathu uyihlakaze emoyeni, ngihoshe inkemba emva kwazo.


Futhi kuzona uyakuthatha, uziphonse phakathi komlilo, uzishise ngomlilo; kuyakuvela lapho umlilo, ungene endlini yonke yakwa-Israyeli.


Kepha isango lincane nendlela iyingcingo eyisa ekuphileni; bayingcosana abayifumanayo.


Uma olungileyo esindiswa kalukhuni, uyakubonakalaphi ongamesabi uNkulunkulu noyisoni na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ