Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 48:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Wonke umnikelo uyakuba yizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu, ninikele ngomnikelo ongcwele, unezinhlangothi ezine kanye nefa lomuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Wonke umnikelo uyakuba ngamakhubhithi ayizi-25 000, nayizi-25 000, ninikele ngomnikelo ongcwele, unezinhlangothi ezine nefa lomuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Wonke umnikelo wokudla uyakuba yizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu; ninikele ngomnikelo ongcwele wokudla kanye nempahla yomuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 48:20
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abasebenza emzini bayakuwulima, bevela ezizweni zonke zakwa-Israyeli.


“Okuseleyo kuyakuba ngokwesikhulu ngalapha nangalapha komnikelo ongcwele nefa lomuzi maqondana nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu zomnikelo ngasemkhawulweni wasempumalanga, nasentshonalanga maqondana nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ngasemkhawulweni wasentshonalanga, kuqondane nezabelo, kube ngokwesikhulu; umnikelo ongcwele nendlu engcwele kube phakathi nakho.


Ngokuba niyazi ukuthi, nokuba ngasemuva ethanda ukudla ifa lesibusiso, waliwa, ngokuba akalitholanga ithuba lokuphenduka, noma ekufunisisa ngezinyembezi.


Umuzi umi unezinhlangothi ezine, nobude bawo bungangobubanzi bawo. Walinganisa umuzi ngohlanga, amastadiyu* ayizinkulungwane eziyishumi nambili, ubude nobubanzi nokuphakama kwawo kulingene.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ