Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 48:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Okusele ebudeni maqondana nomnikelo ongcwele kuyakuba yizinkulungwane eziyishumi ngasempumalanga, nezinkulungwane eziyishumi ngasentshonalanga, kuqondane nomnikelo ongcwele, izithelo zawo zibe ngukudla kwabasebenza emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Indawo eseleyo emaqondana nendawo yomnikelo ongcwele, ubude bayo buyakuba ngamakhubhithi ayizi-10 000 ngasempumalanga, nayizi-10 000 ngasentshonalanga, kuqondane nomnikelo ongcwele. Izithelo zayo ziyakuba ngukudla kwabasebenza emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Okuseleyo kubude bomnikelo wenkonzo engcwele kuyakuba yizinkulungwane eziyishumi ngasempumalanga nezinkulungwane eziyishumi ngasentshonalanga; kumelwe kube ngokumelene nomnikelo wengxenye engcwele; futhi umkhiqizo wawo kumelwe ube ukudla kwabasebenzi bomuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 48:18
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“ ‘Niyakunika umuzi ifa lezinkulungwane eziyisihlanu ububanzi nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude eceleni komnikelo wokungcwele, libe ngelendlu yonke yakwa-Israyeli.


Umuzi uyakuba namadlelo: ngasenyakatho ngamakhulu amabili namashumi ayisihlanu, nangaseningizimu amakhulu amabili namashumi ayisihlanu, nangasempumalanga amakhulu amabili namashumi ayisihlanu, nangasentshonalanga amakhulu amabili namashumi ayisihlanu.


Abasebenza emzini bayakuwulima, bevela ezizweni zonke zakwa-Israyeli.


UJoshuwa wabenza ngalolo suku abagawuli bemithi nabakhi bamanzi kuyo inhlangano nakulo i-altare likaJehova kuze kube namuhla endaweni abeyakuyikhetha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ