UHezekeli 48:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Nazi izilinganiso zalo: uhlangothi lwasenyakatho yizinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu, nohlangothi lwaseningizimu izinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu, nasohlangothini lwasempumalanga izinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu, nohlangothi lwasentshonalanga izinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202016 Nazi izilinganiso zalo izwe: uhlangothi olusenyakatho kuyakuba ngamakhubhithi ayizi-4 500, oluseningizimu kube ayizi-4 500, olusempumalanga kube ayizi-4 500, nolusentshonalanga kube ayizi-4 500. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202416 Lezi ziyakuba yizilinganiso zakhe; icala lasenyakatho ngamawaka amane anamakhulu amahlanu, icala langasezantsi libe ngamawaka amane anamakhulu amahlanu, icala lasempumalanga libe ngamawaka amane anamakhulu amahlanu, icala lasentshonalanga libe ngamawaka amane anamakhulu amahlanu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |