Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 48:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Nanku umnikelo ongcwele: owabapristi uyakuba yizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ngasenyakatho, nangasentshonalanga izinkulungwane eziyishumi ububanzi, nangasempumalanga izinkulungwane eziyishumi ububanzi, nangaseningizimu izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude, indlu engcwele kaJehova ibe phakathi nawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Nanku umnikelo ongcwele: owabaphristi uyakuba ngamakhubhithi ayizi-25 000 ngasenyakatho, entshonalanga ube ayizi-10 000 ububanzi, empumalanga ube ayizi-10 000 ububanzi, nangaseningizimu ube ayizi-25 000 ubude. Indlu engcwele kaSimakade iyakuba phakathi nawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Futhi kubo, kubapristi, lesi sipho esingcwele kumelwe sibe; ngasenyakatho izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude, nasentshonalanga izinkulungwane eziyishumi ububanzi, nasempumalanga izinkulungwane eziyishumi ububanzi, nangaseningizimu izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude; nendlu engcwele kaJehova iyakuba phakathi kwayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 48:10
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova wathi ku-Abrama, uLoti esehlukene naye: “Phakamisa manje amehlo akho ubuke, usendaweni lapho umi khona, ngasenyakatho, naseningizimu, nasempumalanga, nasentshonalanga,


“ ‘Bayakuba nefa; mina ngiyifa labo; aniyikubanika imfuyo kwa-Israyeli; mina ngiyimfuyo yabo.


Kungokungcwele kwezwe, kungokwabapristi, izikhonzi zendlu engcwele ezisondela ukumkhonza uJehova, kube yindawo yezindlu zabo nendawo engcwele yendlu engcwele.


“Umnikelo eniyakunikela ngawo kuJehova uyakuba yizingalo eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude, ububanzi bube yizinkulungwane eziyishumi.


nasikhwama sendlela, namabhantshi amabili, nazicathulo, naludondolo, ngokuba isisebenzi sifanele ukudla kwaso.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ