Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 45:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “ ‘Okungokwesikhulu kuyakuba ngalapha nangalapha komnikelo wokungcwele nefa lomuzi, phambi komnikelo wokungcwele naphambi kwefa lomuzi, ngasohlangothini lwasentshonalanga kubheke entshonalanga, nangasohlangothini lwasempumalanga kubheke empumalanga, ngobude kulingane nesinye sezabelo zezizwe, kusukela emkhawulweni wasentshonalanga kuze kube semkhawulweni wasempumalanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 “ ‘Umhlaba wesikhulu uyakusiphahla isiqinti esingcwele nefa lomuzi, ube phambi kwefa lomuzi naphambi komnikelo; ube ngasohlangothini olusentshonalanga kubheke entshonalanga, nangasohlangothini olusempumalanga kubheke empumalanga, ubude baso bulingane nesinye sezabelo zezizwe, kusukela emngceleni entshonalanga kuze kube semngceleni empumalanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Isabelo siyakuba sesikhulu ngalapha nangalapha, somnikelo wesabelo esingcwele nowefa lomuzi, phambi komnikelo wesabelo esingcwele naphambi kwefa lomuzi ngasentshonalanga. Kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuye empumalanga; ubude bubhekane nesinye sezigaba, kusukela emngceleni osentshonalanga kuze kube semngceleni osempumalanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 45:7
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mina Jehova ngiyakuba nguNkulunkulu wazo, inceku yami uDavide ibe yisikhulu phakathi kwazo; mina Jehova ngikhulumile.


“ ‘Inceku yami uDavide iyakuba yinkosi phezu kwabo, kube ngumalusi munye kubo bonke; bayakuhamba ezahlulelweni zami, bagcine izimiso zami, bazenze.


“Okuseleyo kuyakuba ngokwesikhulu ngalapha nangalapha komnikelo ongcwele nefa lomuzi maqondana nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu zomnikelo ngasemkhawulweni wasempumalanga, nasentshonalanga maqondana nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ngasemkhawulweni wasentshonalanga, kuqondane nezabelo, kube ngokwesikhulu; umnikelo ongcwele nendlu engcwele kube phakathi nakho.


Base beqeda ukwabelana izwe libe yifa ngemikhawulo yalo; abantwana bakwa-Israyeli bamnika uJoshuwa indodana kaNuni ifa phakathi kwabo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ