UHezekeli 45:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Kuso lesi silinganiso uyakulinganisa ubude obuyizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu nobubanzi obuyizinkulungwane eziyishumi, kube yindawo engcwele kakhulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 Kulesi siqinti esikhethekileyo uyakukala indawo engamakhubhithi ayizi-25 000 ubude, nayizi-10 000 ububanzi, ibe yindawo engcwele, nendawo engcwelengcwele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 Ngaleso silinganiso niyakulinganisa ubude obuyizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu nobubanzi obuyizinkulungwane eziyishumi; futhi kuyakuba khona indawo engcwele neNgcwelengcwele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Nanku umnikelo ongcwele: owabapristi uyakuba yizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ngasenyakatho, nangasentshonalanga izinkulungwane eziyishumi ububanzi, nangasempumalanga izinkulungwane eziyishumi ububanzi, nangaseningizimu izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude, indlu engcwele kaJehova ibe phakathi nawo.
“Ngasemkhawulweni wakwaJuda, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, kuyakuba ngumnikelo eniyakunikela ngawo, ububanzi bube yizingalo eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu, ubude bube njengesinye sezabelo, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, indlu engcwele ibe phakathi naso.