Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 42:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kusukela phansi kwalawa makamelo kwakukhona ukungena ngasempumalanga, lapho kwangenwa kuwo kuvelwa egcekeni elingaphandle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Kusukela phansi kwalawo makamelo, kwakukhona indawo yokungena ngasempumalanga, lapho kwakungenwa khona uma uvela egcekeni elingaphandle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Futhi ngaphansi kwalawa makamelo umnyango wawubheke ngasempumalanga, uma umuntu engena kuwo evela egcekeni elingaphandle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 42:9
2 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova wathi kimi: “Ndodana yomuntu, beka inhliziyo yakho, ubone ngamehlo akho, uzwe ngezindlebe zakho konke engikukhuluma kuwe ngazo zonke izimiso zendlu kaJehova nangayo yonke imithetho yayo, uqaphele indawo yendlu yokungena nazo zonke izindawo zokuphuma zendlu engcwele.


Wayesengingenisa ngendawo yokungena eseceleni kwesango emakamelweni angcwele abapristi, abheke ngasenyakatho; bheka, kwakukhona lapho indawo ngasemuva ngasentshonalanga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ