Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 42:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngokuba ayelakanyene kathathu; ayengenazinsika njengezinsika zamagceke; ngalokho angaphezulu ayehlehlile kunaphansi naphakathi kusukela emhlabathini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Ayengenazo izinsika ezazifana nezinsika zamagceke, njengoba wona ayelakanyene kathathu; lawo ayengaphezulu ayemancane kunalawo ayengaphansi naphakathi kusukela emhlabathini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngokuba ayeyizitezi ezintathu, kepha ayengenazinsika njengezinsika zamagceke; ngakho-ke isakhiwo sasisesimweni esibi kakhulu kunesiphansi nesiphakathi ukusuka phansi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 42:6
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umnyango wekamelo lohlangothi eliphakathi wawuseceleni lokunene lendlu; kwakhushukwa ngezikhwelo ezishwilayo ukuya ophondweni olungaphakathi, kuphunywe kolungaphakathi kuyiwe kolwesithathu.


Amakamelo ezinhlangothi ayemathathu elakanyene elinye phezu kwelinye, engamashumi amathathu ngomumo. Angena odongeni olwalungolwendlu lwamakamelo ezinhlangothi nxazonke ukuba abambelele kulo, angabambeleli odongeni lwendlu.


Amakamelo aphezulu ayemafushane, ngokuba imipheme yanciphisa kulawa kunakwaphansi naphakathi esakhiweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ