Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 41:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Uhlonze lodonga olwalungolwamakamelo ezinhlangothi ngaphandle lwaluyizingalo eziyisihlanu; indawo eseleyo yayingeyamakamelo ezinhlangothi endlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Uhlonze lodonga olungaphandle emakamelweni lwalungamakhubhithi amahlanu, kunendawo ebanzi phakathi kwamakamelo nendlu, leyo ndawo yayingeyamakamelo ayesezinhlangothini zendlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ububanzi bodonga lwegumbi eliseceleni ngaphandle babuyizingalo eziyisihlanu; futhi okwakusele kwakuyindawo yamakamelo asemaceleni ayengaphakathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 41:9
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Iminyango yamakamelo ezinhlangothi yayibheke endaweni eseleyo, omunye umnyango ngasenyakatho nomunye umnyango ngaseningizimu; ububanzi bendawo eseleyo babuyizingalo eziyisihlanu nxazonke.


Wayeselinganisa udonga lwendlu: yizingalo eziyisithupha; nobubanzi bamakamelo ezinhlangothi: yizingalo ezine nxazonke zendlu emaceleni onke.


Wayesengiphumisela egcekeni elingaphandle ngasenyakatho, wangingenisa ekamelweni elibhekene nendawo eyahlukanisiweyo, elimalungana nesakhiwo ngasenyakatho,


Ngaphambi kwamakamelo kwakukhona indlela yokuhamba, ububanzi bayo buyizingalo eziyishumi ngaphakathi, nobude bayo buyizingalo eziyikhulu; iminyango yawo yayingasenyakatho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ