UHezekeli 40:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Bheka, kwakukhona ugange ngaphandle kwendlu nxazonke, nasesandleni somuntu kwakukhona uhlanga lokulinganisa, luyizingalo eziyisithupha, yileyo naleyo iyingalo nobubanzi besandla; walinganisa ububanzi besakhiwo: luhlanga lunye; nokuphakama: luhlanga lunye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 Kwakukhona ugange ngaphandle kwendlu, luzungeze nxazonke, esandleni somuntu kukhona uhlanga lokulinganisa, lungamakhubhithi ayisithupha, yileyo naleyo iyikhubhithi engububanzi besandla. Walinganisa ububanzi besakhiwo: uhlanga olulodwa, nokuphakama: ububanzi besakhiwo babuluhlanga olulodwa, kanjalo nokuphakama kwaso kuwuhlanga olulodwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 Kwakukhona ugange ngaphandle kwendlu nxazonke, nasesandleni somuntu kukhona induku yokulinganisa ubude buyingalo nobubanzi besandla; walinganisa ububanzi besakhiwo: umhlanga munye; nokuphakama, umhlanga munye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |