Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 38:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kuyakuthi ngalolo suku lapho uGogi efika ezweni lakwa-Israyeli, isho iNkosi uJehova, ukufutheka kwami kukhuphukele emakhaleni ami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Kuyakuthi ngalolo lusuku, mhla uGogi ehlasela izwe lakwa-Israyeli, kuvuke ulaka lwami oluvutha bhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngesikhathi uGogi efika ngokumelene nezwe lakwa-Israyeli, kusho uJehova, ukufutheka kwami kuyakuvuka ebusweni bami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 38:18
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwase kubonakala imisinga yamanzi; izisekelo zomhlaba zambulwa ngesijeziso sakho, Jehova, ngokufutha komoya wamakhala akho.


Koze kube nini uyakuzisitha, Jehova, nentukuthelo yakho ivutha njengomlilo, na?


Angisayikukuzwisa ihlazo labezizwe, ungasathwali amahloni abantu, ungasakhubekisi isizwe sakini, isho iNkosi uJehova.’ ”


UJehova unguNkulunkulu oshisekelayo nophindiselayo; uJehova uyaphindisela, ugcwele ukufutheka; uJehova uphindisela kwabamelene naye, ugcinela izitha zakhe intukuthelo.


Ngokuba umlilo uphenjiwe entukuthelweni yami; uyasha kuze kube sendaweni yabafileyo engaphansi, uqede umhlaba nezithelo zawo, wokhele izisekelo zezintaba.


ngokuba uNkulunkulu wethu ungumlilo oqothulayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ