Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 37:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ngase ngibona; bheka, kwakukhona imisipha phezu kwawo, kwahluma nenyama, nesikhumba sawasibekela ngaphezulu, kepha umoya wawungekho kuwo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Ngase ngibona kuvela imisipha phezu kwawo, kwahluma inyama, isikhumba sawamboza ngaphezulu, kodwa umoya wawungekho kuwo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Lapho ngibona, kwavela imisipha nenyama phezu kwawo, nesikhumba sawamboza ngaphezulu, kepha kwakungekho moya kuwo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 37:8
2 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngaprofetha njengalokho ngiyaliwe, nalapho ngiprofetha kwaba khona umsindo nokugunquza; amathambo asondelana, ithambo kulo ithambo.


Wayesethi kimi: “Profetha kuwo umoya, profetha, ndodana yomuntu, uthi kuwo umoya: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Woza, moya, uvele emimoyeni yomine, uphefumulele laba ababuleweyo ukuba baphile.’ ”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ