Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 32:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 “ ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: “ ‘Ngiyakweneka inetha lami phezu kwakho ngesixuku sabantu abaningi, bakukhuphule ngenetha lami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 “ ‘Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “ ‘Ngiyakwendlala inetha lami phezu kwakho, phakathi kwesixuku sabantu abaningi, bakukhuphule ngenetha lami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Isho kanje iNkosi uJehova; Ngakho-ke ngizakwendlala phezu kwenu ngexuku lezizwe ezinengi; futhi bayonidonsa ngenetha lami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 32:3
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngilulwandle yini, ngingumkhomo yini, ukuze ungibekele abalindi?


Ngokuba umuntu akasazi isikhathi sakhe; njengezinhlanzi ezibanjwa enetheni elibi nezinyoni ezibanjwa ogibeni, kanjalo amadodana abantu abekelwa isihibe ngesikhathi esibi, lapho siwehlela ngokuzumayo.


“Bheka, ngiyakuthumela kubadobi abaningi,” usho uJehova, “babadobe; besengithumela kubazingeli abaningi, babazingele kuzo zonke izintaba, nakuwo onke amagquma, nakuyo imifantu yeziwa.


“Ephezulu ungithumele umlilo emathanjeni ami, wawahlula; wenekele izinyawo zami inetha, wangibuyisela emuva. Ungenze incithakalo, ngiphele amandla usuku lonke.


Ngiyakuleneka inetha lami phezu kwaso, sibanjwe ogibeni lwami; ngiyakusiyisa eBabele ezweni lamaKaledi. Kepha asiyikulibona, noma sifela khona.


Ngiyakweneka inetha lami, abanjwe ogibeni lwami, ngimyise eBabele, ngimahlulele khona ngeseqo sakhe eqe ngaso kimi.


Lapho sebehamba, ngiyabenekela inetha lami, ngibehlise njengezinyoni zezulu, ngibajezise njengokuzwakeleyo ebandleni labo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ