Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 27:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Imikhawulo yakho isenhliziyweni yolwandle; abakhi bakho baphelelisile ubuhle bakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 “ ‘Imingcele yakho isenhliziyweni yolwandle; abakhi bakho babuphelelisile ubuhle bakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Imingcele yakho iphakathi kolwandle, abakhi bakho sebeqedile ubuhle bakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 27:4
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Liyakuba yindawo yokweneka amanetha phakathi kolwandle, ngokuba mina ngikukhulumile, isho iNkosi uJehova; liyakuba yimpango yezizwe.


uthi kulo iTire: Wena ohlala ekungeneni kolwandle, ongumthengi wabantu eziqhingini eziningi, iNkosi uJehova isho kanje, ithi: “ ‘Tire, wena ushilo ukuthi: “Ngiphelele ebuhleni.”


Ngemisayipuresi* yaseSeniri benzile onke amapulangwe akho; balandile umsedari* eLebanoni ukwenza insika yakho.


Wawuphelele ezindleleni zakho kusukela osukwini lokudalwa kwakho kwaze kwafumaniseka ukungalungi kuwe.


Inhliziyo yakho yakhukhumala ngobuhle bakho, wonakalisa ukuhlakanipha kwakho ngokukhazimula kwakho; ngikulahlele phansi, ngikubeke phambi kwamakhosi ukuba akubone.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ