Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 26:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Liyakuba yindawo yokweneka amanetha phakathi kolwandle, ngokuba mina ngikukhulumile, isho iNkosi uJehova; liyakuba yimpango yezizwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Liyakuba yindawo yokwendlala amanetha phakathi kolwandle, ngokuba Mina sengikhulumile, liyakuba yimpango yezizwe,’ ” kusho iNkosi uSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Iyakuba yindawo yokweneka amanetha phakathi kolwandle, ngokuba mina ngikhulumile, isho iNkosi uJehova, ibe yimpango yezizwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 26:5
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

bheka, ngalokho ngiyakwelulela isandla sami kuwe, ngikunikele ukuba ube yimpango yezizwe, ngikunqume kubantu, ngikuchithe emazweni, ngikuqothule, wazi ukuthi nginguJehova.’ ”


Ngiyakukwenza idwala eliyinyabule, ube yindawo yokweneka amanetha; awusayikwakhiwa, ngokuba mina Jehova ngikukhulumile, isho iNkosi uJehova.


“Ngokuba isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Lapho ngiyakukwenza umuzi ochithekileyo njengemizi engahlalwayo, nalapho ngiyakukhuphulela utwa phezu kwakho, amanzi amaningi akusibekele,


Ekulileni kwabo bayakwenza isililiselo ngawe, bakulilele, bathi: “Ngubani onjengeTire, njengalo eselithulisiwe phakathi kolwandle, na?”


Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, ngizakunika uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, izwe laseGibithe; uyakuyisusa ingcebo yalo, aphange impango yalo, agcugce ingcugco yalo, kube yinkokhelo yempi yakhe.


Kuyakuthi kume kuwo abadobi kusukela e-Eni Gedi kuze kube se-Enegelayimi, kube ngokokwenekwa kwamanetha; kuyakuba khona izinhlanzi ngezinhlobo zazo njengezinhlanzi zoLwandle Olukhulu, zibe ziningi kakhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ