Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 26:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ziyakuchitha izingange zaseTire, zibhidlize imibhoshongo yalo; ngiyakukhukhuza umhlabathi walo kulo, ngilenze idwala eliyinyabule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Ziyakubhidliza izingange zeThire, zidilize imibhoshongo yalo. Ngiyakuyikhukhuluza imvithi yalo, ngilenze libe yidwala elingenalutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Bayochitha izingange zaseTire, babhidlize imibhoshongo yalo; ngiyokhulula uthuli lwalo kulo, ngimenze abe njengesiqongo sedwala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 26:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Welulile isandla sakhe phezu kolwandle, wazamazamisa imibuso; uJehova uyalezile ngeKhanani ukuba kuchithwe izinqaba zalo.


“Khuphukelani ezingangeni zalo, nilichithe, ningaliqedi ngokupheleleyo nokho; susani amagatsha alo, ngokuba awasiwo akaNkulunkulu.


Bayakuphanga imfuyo yakho, bagcugce impahla yakho ethengiswayo, babhidlize izingange zakho, badilize izindlu zakho ezinhle, babeke amatshe akho nemithi yakho nesihlabathi sakho phakathi kwamanzi.


Uyakubekisa izinqama zakhe zokungqubuza ezingangeni zakho, abhidlize imibhoshongo yakho ngamazembe akhe.


Kepha ngiyakuthuma umlilo ogangeni lwaseTire, uqede izindlu zalo zamakhosi.”


ITire lazakhela inqaba, lanqwabela isiliva njengothuli, negolide elicwengekileyo njengodaka lwasezitaladini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ