Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 11:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 athi: ‘Akuseduze yini ukuba kwakhiwe izindlu? Lo muzi uyikhanzi, thina siyinyama.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 athi: ‘Akuseduze ukuba kwakhiwe izindlu, ziyibhodwe thina siyinyama.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Abathi: Kaliseduze; asakhe izindlu: lo muzi uyimbiza, thina siyinyama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 11:3
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Elisha wabuyela eGiligali; kwakukhona indlala kulelo zwe; amadodana abaprofethi ayehlezi phambi kwakhe; wathi encekwini yakhe: “Bheka ikhanzi elikhulu, uphekele amadodana abaprofethi ukudla.”


abasho ukuthi: “Makaphuthume, asheshise umsebenzi wakhe ukuba siwubone, kusondele isiluleko soNgcwele ka-Israyeli, sifike ukuba sisazi!”


“Ndodana yomuntu, siyini leso saga eninaso ezweni lakwa-Israyeli sokuthi: ‘Izinsuku ziyajobeleleka, nayo yonke imibono iphuthile,’ na?


“Ndodana yomuntu, bheka, abendlu ka-Israyeli bathi: ‘Umbono awubonayo ungowezinsuku ezizayo, uprofetha ngezikhathi ezisekude.’


Sekufikile kuwe ohlala ezweni; isikhathi sesifikile, usuku lusondele, olokukhathazeka, kungesilo olokujabula ezintabeni.


Bahaya ngomsindo wogubhu, baziqambela izinto zokubethwa njengoDavide.


enidla inyama yabantu bami, nihlinza kubo isikhumba sabo, naphula amathambo abo, yebo, nibaqoba njengokwasekhanzini nanjengenyama phakathi kwebhodwe.”


bethi: “Siphi isithembiso sokufika kwakhe na? Ngokuba kuselokhu obaba balala, konke kumi kunjalo njengakwasekuqaleni kokudalwa.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ