Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 10:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngabona, bheka, nanko amasondo amane eceleni kwamakherubi, elinye isondo eceleni kwelinye ikherubi nelinye isondo eceleni kwelinye ikherubi; ukubonakala kwamasondo kwakunjengetshe lekrisolithe.*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Ngase ngibona amasondo amane eceleni kwamakherubhi, isondo ngalinye limi eceleni kwekherubhi, ukubukeka kwamasondo kwakungathi kuyitshe lekhristolithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngabona, bheka, amasondo amane eceleni kwamakherubi, elinye isondo eceleni kwelinye ikherubi, nelinye isondo eceleni kwelinye ikherubi; ukubonakala kwamasondo kwakunjengombala wetshe lekrisolite.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 10:9
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yileso naleso sinqe sasinamasondo amane ethusi, nama-asi ethusi; lezi zinyawo ezine zazinamahlombe okuthwala; lawo mahlombe ayebunjiwe phansi komcengezi, enemigexo yezimbali ebhekene nawo onke.


Kungathi omane ayenesimo sinye, njengalokho kwakukhona isondo phakathi kwesondo.


Kwabonakala kuwo amakherubi isimo sesandla somuntu phansi kwamaphiko awo.


Umzimba wakhe wawunjengekrisolithe,* nobuso bakhe bunjengokubonakala konyazi, namehlo akhe enjengezibani zomlilo, izingalo zakhe nezinyawo zakhe zinjengokubengezela kwethusi eliphucuziweyo, nezwi lamazwi akhe linjengezwi lesixuku.


esesihlanu yisaridonikisi,* esesithupha yisardiyu,* esesikhombisa yikrisolithe,* esesishiyagalombili yibherile,* esesishiyagalolunye yitopazi,* eseshumi yikrisoprasi,* eseshumi nanye yihiyakinte,* eseshumi nambili yi-amethiste.*


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ