Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 10:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kwabonakala kuwo amakherubi isimo sesandla somuntu phansi kwamaphiko awo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Kwabonakala emakherubhini okwakufana nesandla somuntu, kungaphansi kwamaphiko awo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kwabonakala emakherubhini isimo sesandla somuntu phansi kwamaphiko awo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 10:8
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Zazinezandla zomuntu phansi kwamaphiko azo ezinhlangothini zazo zozine. Ubuso namaphiko alezi ezine kwakunje:


Yilelo nalelo lalinobuso obune, yilelo lalinamaphiko amane, nesimo sezandla zomuntu sasiphansi kwamaphiko awo.


Kepha landizela kimi elinye lamaserafi* liphethe ilahle elivuthayo esandleni salo, elalilithathe ngodlawu e-altare,


Ikherubi lelulela isandla salo liphakathi kwamakherubi kuwo umlilo owawuphakathi kwamakherubi, lawuthatha, lawubeka ezandleni zakhe owembethe ilineni; wawuthatha, waphuma.


Ngabona, bheka, nanko amasondo amane eceleni kwamakherubi, elinye isondo eceleni kwelinye ikherubi nelinye isondo eceleni kwelinye ikherubi; ukubonakala kwamasondo kwakunjengetshe lekrisolithe.*


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ