Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 49:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Qoqanani, nizwe, nina madodana kaJakobe, nimlalele u-Israyeli uyihlo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 “Hlanganani, nilalele madodana kaJakobe, lalelani uyihlo u-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Buthani nilalele, madodana kaJakobe! ulalele uyihlo u-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 49:2
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Rubeni, uyizibulo lami wena, amandla ami, ukuqala kwezikhwepha zami, ingqongqo ngesithunzi, ingqongqo ngamandla.


Zanini, bantwana, ningilalele; ngizakunifundisa ukumesaba uJehova.


Ngumuphi umuntu othanda ukuphila, ofisa izinsuku zokuba abone okuhle na?


Lalela uyihlo owakuzalayo, ungamdeleli unyoko lapho esemdala.


Ndodana yami, ngiphe inhliziyo yakho, amehlo akho enamele izindlela zami.


Ndodana yami, lalela ukuhlakanipha kwami, ubeke indlebe yakho ekuqondeni kwami


Ndodana yami, gcina umyalo kayihlo, ungawushiyi umthetho kanyoko.


Ndodana yami, gcina amazwi ami, uzibekelele imiyalo yami.


Ngalokho, bantwana, ngizweni, nilalele amazwi omlomo wami.


“Ngalokho, bantwana, ngizweni, ngokuba babusisiwe abagcina izindlela zami.


“Buthanani nina nonke, nizwe; ngubani phakathi kwabo omemezela lezi zinto na? Amthandayo uJehova uyakuyifeza intando yakhe ngeBabele, nengalo yakhe iyakuba phezu kwamaKaledi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ