UGenesise 47:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 izwe laseGibithe lisebusweni bakho; mhlalise uyihlo nabafowenu ezweni elihle kunalo lonke, ubahlalise ezweni laseGosheni; uma uwazi phakathi kwabo amadoda anamandla, wabeke abe yizinduna zezinkomo zami.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20206 iGibhithe lisezandleni zakho. Uyihlo nabafowenu bahlalise endaweni enhle ezweni, mabahlale eGosheni. Uma kukhona phakathi kwabo abanekhono lokwelusa, ubabeke babe ngabaphathi bemfuyo yami.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Izwe laseGibhithe liphambi kwakho; endaweni enhle kakhulu yezwe kahlale uyihlo nabafowenu; mabahlale ezweni laseGosheni; uma wazi okuthile phakathi kwabo, ubamise babe ngababusi phezu kwezinkomo zami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bheka, manje sengiyakukhulula namuhla emaketangeni asezandleni zakho. Uma kukuhle emehlweni akho ukuya nami eBabele, woza ngiyakukubheka; kepha uma kukubi emehlweni akho ukuya nami eBabele, kuyeke; bheka, izwe lonke lisebusweni bakho; lapho kukuhle nalapho kulungile emehlweni akho ukuya khona, yiya lapho.”