Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 47:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 UJosefa wamthengela uFaro izwe lonke laseGibithe, ngokuba bonke abaseGibithe bathengisa ngamasimu abo, lokhu indlala yayinzima phezu kwabo; izwe lase liba ngelikaFaro.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 UJosefa wamthengela uFaro lonke iGibhithe, ngokuba bonke abaseGibhithe base bethengise ngamasimu abo ngenxa yokuba nzima kwendlala phezu kwabo; izwe lonke kwaba ngelikaFaro.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 UJosefa wamthengela uFaro izwe lonke laseGibithe; ngokuba abaseGibithe bathengisa, kwaba yilowo nalowo ngesiqephu sakhe somhlaba, ngokuba indlala yabehlula, izwe laba ngelikaFaro.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 47:20
2 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Siyakufelani phambi kwakho thina namazwe ethu na? Sithenge thina namazwe ethu ngokudla, sibe yizinceku zikaFaro thina namazwe ethu; siphe imbewu ukuba siphile, singafi, izwe lingachitheki.”


Abantu wabayisa emizini, ebasusa komunye umncele wezwe laseGibithe kwaze kwaba komunye umncele walo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ