Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 47:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wayesethi uJosefa: “Lethani izinkomo zenu; ngizakuninika ngezinkomo zenu, uma imali ingekho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Wayesethi uJosefa: “Uma ningasenayo imali, lethani imfuyo yenu, mina ngizoninika ukudla.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wayesethi uJosefa: “Lethani izinkomo zenu; ngiyakukunika imfuyo yakho, uma imali iyeka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 47:16
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Isiphelile imali ezweni laseGibithe nasezweni laseKhanani, bonke abaseGibithe beza kuJosefa, bathi: “Siphe ukudla; siyakufelani phambi kwakho na? Ngokuba isiphelile imali.”


Baletha-ke izinkomo zabo kuJosefa; uJosefa wabenanela ukudla ngamahhashi, nangezimvu, nangezinkomo, nagezimbongolo; wabapha ukudla ngezinkomo zabo zonke ngalowo mnyaka.


Ophefumula iqiniso ulanda ngokulunga, kepha ufakazi wamanga ngenkohliso.


Ningakhubekisi nabaJuda, namaGreki, nabandla likaNkulunkulu,


Elokugcina, bazalwane, konke okuyiqiniso, konke okuhloniphekayo, konke okulungileyo, konke okumhlophe, konke okuthandekayo, konke okutusekayo, noma kukhona okuhle, noma kukhona okubongekayo, zindlani ngalokho;


Hambani ngokuhlakanipha kubo abangaphandle, nithengisise isikhathi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ