Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 43:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wayesethi u-Israyeli: “Ningenzeleni okubi ngokumtshela lowo muntu ukuthi ukhona omunye umfowenu na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 U-Israyeli wababuza wathi: “Nibenzeleni lobu bubi kimi bokutshela lowo muntu ukuthi ninomunye umfowenu na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wayesethi u-Israyeli: “Ningenzeleni okubi kangaka ukuba nitshele lowo muntu ukuthi unomunye umfowenu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 43:6
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

kepha uma ungamthumi, asizukwehla, ngokuba lowo muntu wathi kithina: ‘Aniyikubona ubuso bami, kuphela uma umfowenu enani.’ ”


Bathi: “Wabuza nokubuza lowo muntu ngathi nangezihlobo zethu, wathi: ‘Usekhona uyihlo na? Ninomunye umfowenu na?’ Samlandisa njengalawa mazwi; sasingakwazi kanjani ukuba uyakuthi: ‘Yehlisani umfowenu,’ na?”


Bathi kuMose: “Kungokuba kwakungekho mathuna eGibithe usikhiphile ukuba sifele ehlane na? Usenzeleni lokhu, wasikhipha eGibithe, na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ