Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 42:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Kwathi omunye evula isaka lakhe ukuba ayinike imbongolo yakhe ukudla endlini yezihambi, wabona imali yakhe; bheka, yayisemlonyeni wesaka lakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Omunye kuthe evula isaka lakhe esikhungweni sokulala ukuba anike imbongolo yakhe ukudla, wafica imali yakhe emlonyeni wesaka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Omunye wabo wavula isikhwama sakhe ukuba aphe imbongolo yakhe endlini yezihambi, wabheka imali yakhe; ngoba bheka, lalisemlonyeni wesikhwama sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 42:27
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yaqhubeka yathi kuyo: “Sinotshani nefoliji eliningi, nendawo yokulala.”


Base bethwesa izimbongolo zabo ngamabele abo, bamuka khona.


Kwathi sebethulula amasaka abo, bheka, isikhwama semali salowo nalowo sasisesakeni lakhe; lapho bona noyise bebona izikhwama zabo zemali, bashaywa luvalo.


Amadoda esaba, ngokuba angeniswa endlini kaJosefa, athi: “Singeniswe lapha ngenxa yemali eyabuyiselwa emasakeni ethu kuqala ukuba asizume, asehlele, asenze izigqila kanye nezimbongolo zethu.”


Ayeseshesha ukwehlisela phansi, kwaba yileyo naleyo isaka layo, yileyo naleyo yavula isaka layo.


Kwathi endleleni endlini yezihambi uJehova wahlangana naye, wafuna ukumbulala.


waya kuye, wabopha amanxeba akhe ewathela ngamafutha newayini, wamkhwelisa esilwaneni sakhe, wamusa endlini yezihambi, wamgcina.


Wazibula ngendodana, wayembesa, wayilalisa emkhombeni, ngokuba bantula indawo endlini yezihambi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ