UGenesise 42:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Base bethi omunye komunye: “Impela sitholile icala ngomfowethu, njengokuba sabona usizi lwenhliziyo yakhe, esincenga, kasamlalela; ngalokho lolu sizi selufike phezu kwethu.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202021 Base behlanganisa amakhanda, bavumelana bathi: “Impela sinecala ngomfowethu, salubona usizi enhliziyweni yakhe, esincenga ukuba simhawukele, kodwa asimlalelanga, yingakho sivelelwa yinkathazo enje.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202421 Base bethi omunye komunye: “Impela sinecala ngomfowethu, ngokuba sabona usizi lomphefumulo wakhe lapho esincenga, kepha asilalelanga; ngakho-ke lolu sizi lusehlele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
“Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: Nina aningilalelanga ukuba nimemezele ukukhululeka, kube yilowo nalowo kumfowabo, yilowo nalowo kumakhelwane wakhe; bhekani, sengiyanimemezela ukukhululeka, usho uJehova, nginikhululele inkemba, nesifo, nendlala, nginenze ukuba nihlupheke emibusweni yonke yomhlaba.