Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 41:48 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

48 Waqoqa konke ukudla kwale minyaka eyisikhombisa eyayisezweni laseGibithe, wabekelela ukudla emizini; ukudla kwamasimu azungeza yilowo nalowo muzi wakubekelela kuwo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

48 UJosefa wakuqoqa konke ukudla okwatholakala ngaleyo minyaka eyisikhombisa yenala, wakulondoloza emizini: kwakungukudla okwakuvunwe emasimini azungeze yilowo nalowo muzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

48 Wabutha konke ukudla kweminyaka eyisikhombisa eyayisezweni laseGibithe, wakubeka ukudla emizini; ukudla kwensimu ezungeza yonke imizi wakubeka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 41:48
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngeminyaka eyisikhombisa yenala umhlaba wathela kakhulu.


UJosefa waqongelela amabele angangesihlabathi solwandle, okuningi kakhulu, waze wayeka ukubala, ngokuba kwakungenakubalwa.


Abantu wabayisa emizini, ebasusa komunye umncele wezwe laseGibithe kwaze kwaba komunye umncele walo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ