Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 41:47 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

47 Ngeminyaka eyisikhombisa yenala umhlaba wathela kakhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

47 Ngaleyo minyaka eyisikhombisa yenala izwe lathela ukudla okuningi kakhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

47 Ngeminyaka eyisikhombisa yenala umhlaba wathela ngokugcwala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 41:47
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Isaka watshala kulelo zwe, wathola ngawona lowo mnyaka okuphindwe kayikhulu, ngokuba uJehova wambusisa.


Bheka, kuyeza iminyaka eyisikhombisa yenala enkulu ezweni lonke laseGibithe.


UJosefa wayeneminyaka engamashumi amathathu mhla emi phambi kukaFaro inkosi yaseGibithe. UJosefa waphuma ebusweni bukaFaro, wahamba izwe lonke laseGibithe.


Waqoqa konke ukudla kwale minyaka eyisikhombisa eyayisezweni laseGibithe, wabekelela ukudla emizini; ukudla kwamasimu azungeza yilowo nalowo muzi wakubekelela kuwo.


Kuyakuba khona inala kakolweni ezweni esiqongweni sezintaba; ukudla kwalo kuyakuhashazela njengeLebanoni; abemizi bayakukhahlela njengotshani bomhlaba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ