Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 41:44 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 UFaro wathi kuJosefa: “NginguFaro; ngaphandle kwakho akuyikuphakamisa muntu isandla sakhe nonyawo lwakhe ezweni lonke laseGibithe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

44 UFaro wathi kuJosefa: “Mina nginguFaro, kodwa ngaphandle kwemvume yakho akukho muntu oyophakamisa isandla, noma unyawo kulo lonke iGibhithe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

44 UFaro wasesithi kuJosefa: Mina nginguFaro; ngaphandle kwakho kakho ongaphakamisa isandla sakhe loba unyawo lwakhe elizweni lonke leGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 41:44
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wamkhwelisa enqoleni yesibili emva kwakhe; bamemeza phambi kwakhe, bathi: “Guqani!” Wambeka phezu kwezwe lonke laseGibithe.


Ngokuba uMoridekayi, umJuda, wayelama inkosi u-Ahashiveroshi ngobukhulu, emkhulu phakathi kwabaJuda, ethokozelwa ngabafowabo abaningi, efuna okuhle kwesizwe sakubo, ekhuluma ukuthula kuyo yonke inzalo yabo.


ukuze abophe izikhulu zakhe ngokuthanda kwakhe, afundise amalunga akhe ukuhlakanipha.


Kepha kubo bonke abantwana bakwa-Israyeli akuyikubakho nanja eyakugwavumela umuntu nenkomo,’ ukuze nazi ukuthi uJehova uyahlukanisa iGibithe no-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ