Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 41:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Izithole ezibukeka kabi ezondileyo zadla izithole ezibukeka kahle ezikhulupheleyo. Wayesephaphama uFaro.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Kwathi lezo ezibukeka kabi ezondileyo zadla lezo ezibukeka kahle ezondlekileyo. Wayesephaphama uFaro.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Izinkomo ezimbi nezondile zidlile izinkomo eziyisikhombisa ezinhle nezinonileyo. Ngakho uFaro waphaphama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 41:4
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, kwakhuphuka emfuleni izithole eziyisikhombisa ezibukeka kahle, zikhuluphele, zadla emhlangeni.


Nazo ezinye izithole eziyisikhombisa zenyuka emfuleni emva kwazo, zibukeka kabi, zondile; zema kwezinye izithole ogwini lomfula.


Walala ubuthongo, waphupha ngokwesibili; bheka, kwahluma izikhwebu eziyisikhombisa ezeleni linye, zibhoxile, zizinhle.


USolomoni wayesephaphama; bheka, kwakuyiphupho; waya eJerusalema, wema phambi komphongolo wesivumelwano sikaJehova, wanikela ngeminikelo yokushiswa, wanikela ngeminikelo yokuthula, wazenzela izinceku zakhe zonke idili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ