Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 41:37 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Leli zwi laba lihle emehlweni kaFaro nasemehlweni ezinceku zakhe zonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

37 Lezwakala liphusile lelo qhinga kuFaro nakuzo zonke izinceku zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Le ndaba yaba yinhle emehlweni kaFaro nasemehlweni ezinceku zakhe zonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 41:37
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lokhu kudla kuyakubekelelwa izwe ngenxa yeminyaka eyisikhombisa yendlala eyakuba khona ezweni laseGibithe ukuba izwe lingabhubhi ngendlala.”


Wayesethi uFaro ezincekwini zakhe: “Singamthola yini umuntu onjalo, onoMoya kaNkulunkulu, na?”


Leli zwi lezwakala endlini kaFaro, lithi: “Abafowabo bakaJosefa bafikile.” Kwaba kuhle emehlweni kaFaro nasemehlweni ezinceku zakhe.


Bonke abantu bakubona, kwaba kuhle emehlweni abo, njengalokho konke eyakwenza inkosi kwaba kuhle emehlweni abantu bonke.


U-Ahabi wakhuluma kuNaboti, wathi: “Ngiphe isivini sakho ukuba sibe yisivande sami semifino, ngokuba siseduze nendlu yami, ngikunike isivini esihle kunaso esikhundleni saso; kepha uma kukuhle emehlweni akho, ngiyakukunika isiliva libe yintengo yaso.”


Kwaze kwaba yisikhathi elagcwaliseka ngaso izwi lakhe, izwi likaJehova lamhola.


Ulimi lolungileyo luyisiliva elikhethekileyo; ingqondo yababi iyinto encane.


Izwi elikhulunywayo ngesikhathi esiyiso linjengama-apula* asezitsheni zesiliva.


wamkhipha kuzo zonke izinhlupheko zakhe, wamupha umusa nokuhlakanipha phambi kukaFaro inkosi yaseGibithe; yena wammisa abe ngumbusi eGibithe nakuyo yonke indlu yakhe.


Kuthe uFinehasi umpristi, nezikhulu zenhlangano, izinhloko zemindeni yakwa-Israyeli ezazinaye sezizwile amazwi akhulunywa ngabantwana bakwaRubeni, nangabantwana bakwaGadi, nangabantwana bakwaManase, kwaba kuhle emehlweni abo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ