Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 41:36 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Lokhu kudla kuyakubekelelwa izwe ngenxa yeminyaka eyisikhombisa yendlala eyakuba khona ezweni laseGibithe ukuba izwe lingabhubhi ngendlala.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

36 Lokhu kudla kufanele kulondolozelwe izwe lonke ukuze likwazi ukubhekana neminyaka eyisikhombisa yendlala, ezokhungatha iGibhithe, ngaleyo ndlela izwe lingashatshalaliswa yindlala.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

36 Lokho kudla kuyoba ukudla kwezwe iminyaka eyisikhombisa yendlala eyoba khona ezweni laseGibhithe; funa izwe libhujiswe yindlala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 41:36
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mababuthe konke ukudla kwale minyaka emihle ezayo, banqwabele phansi kwesandla sikaFaro amabele emizini, abe ngukudla, bawalonde.


Leli zwi laba lihle emehlweni kaFaro nasemehlweni ezinceku zakhe zonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ