Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 40:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Induna yabaphathizitsha yayisimlandisa uJosefa iphupho layo, yathi kuye: “Ephusheni lami kwakukhona umvini phambi kwami;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Ngakho-ke induna yabaphathindebe yamtshela uJosefa iphupho layo. Yathi kuye: “Ephusheni lami bekunesihlahla somvini phambi kwami,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Induna yabaphathizitsha yamlandisa uJosefa iphupho layo, yathi kuye: “Ephusheni lami, nanto isivini phambi kwami;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 40:9
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi emva kwalezo zinto umphathizitsha wenkosi yaseGibithe nomphekizinkwa wayo bona enkosini yabo, inkosi yaseGibithe.


emvinini kwakukhona amagatsha amathathu; wahluma qede wakhahlela, amahlukuzo awo athela izithelo.


UFaro wazithukuthelela lezo zinceku zakhe zombili, induna yabaphathizitsha nenduna yabaphekizinkwa.


Bathi kuye: “Siphuphe iphupho, akakho ongalichaza.” UJosefa wathi kubo: “Ukuchaza akusikho okukaNkulunkulu na? Ake ningilandise lona.”


“Wena nkosi wabona, bheka, isithombe esikhulu. Lesi sithombe esasisikhulu nesikucwebezela kwaso kwakukuhle sema phambi kwakho, nesimo saso sasesabeka.


Kodwa ngasekugcineni kwangena uDaniyeli phambi kwami ogama lakhe linguBeliteshasari njengegama likankulunkulu wami, okuye umoya wawonkulunkulu abangcwele; ngamtshela iphupho, ngathi:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ