Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 40:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 UJosefa waphendula wathi: “Lokhu kungukuchazwa kwalo: lawo maqoma amathathu ayizinsuku ezintathu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 UJosefa waphendula wathi: “Nansi incazelo yalo: amaqoma amathathu ayizinsuku ezintathu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 UJosefa waphendula wathi: “Nanku ukuchazwa kwakho: oqoma abathathu bayizinsuku ezintathu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 40:18
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi uJosefa kuye: “Nakho ukuchazwa kwalo: lawo magatsha amathathu ayizinsuku ezintathu;


Eqomeni elingaphezulu kwakukhona izinhlobo zonke zokudla kukaFaro; izinyoni zazikudla eqomeni eliphezu kwekhanda lami.”


zingakadluli izinsuku ezintathu, uFaro uzakuphakamisa ikhanda lakho, alisuse kuwe, akuphanyeke emthini; izinyoni ziyakudla inyama yakho, ziyisuse kuwe.”


Kwakukhona nathi lapho insizwa, umHeberu, inceku yenduna yemilindankosi; sayilandisa yona, yasichazela amaphupho ethu, yachazela, kwaba yilowo nalowo ngokwephupho lakhe.


Izithole eziyisikhombisa ezinhle ziyiminyaka eyisikhombisa; izikhwebu eziyisikhombisa ezinhle ziyiminyaka eyisikhombisa; iphupho linye.


“Yilelo iphupho; nencazo siyakuyisho phambi kwenkosi.


bonke baphuza kuphuza kunye komoya; ngokuba baphuza edwaleni lomoya elabalandelayo. Idwala lelo lalinguKristu.


wabonga, wasihlephula, wathi: “Lokhu kungumzimba wami ohleshulelwe nina; lokhu kwenzeni ukuba ningikhumbule.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ