UGenesise 4:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 USila wazala uThubali Kayini; wayengumkhandi wazo zonke izinto zethusi nezensimbi ezisikayo. Udadewabo kaThubali Kayini wayenguNahama. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202022 UZila wazala uThubhali Khayini, owayengumkhandi wazo zonke izinhlobo zezinto ezenziwe ngethusi nangensimbi. Udadewabo kaThubhali Khayini kwakunguNahama. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202422 USila wazala uThubalikayini, umfundisi wazo zonke izisebenzi zethusi nezensimbi; udadewabo kaThubali-kayin wayenguNahama. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |