UGenesise 39:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 Umlindi wetilongo wanikela esandleni sikaJosefa zonke iziboshwa ezazisetilongweni; konke ezazikwenza khona nguyena owayekwenza. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202022 Umphathijele wambeka uJosefa waba yinduna yabo bonke ayevalelwe nabo, kubuzwa kuye konke okwakwenzeka lapho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202422 Umlindi wetilongo wanikela esandleni sikaJosefa zonke iziboshwa ezazisetilongweni; futhi noma yini ababeyenza lapho, wayeyenza. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |