Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 38:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Ngasemuva waphuma umfowabo owayenentambo ebomvu esandleni sakhe; igama lakhe lathiwa uZera.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Emveni kwalokho umfowabo osandla sakhe sasinentambo ebomvu esihlakaleni, waphuma, igama lakhe kwathiwa nguZera.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Ngasemuva kwaphuma umfowabo owayenentambo ebomvu esandleni sakhe, igama lakhe lalithiwa uSaragi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 38:30
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaJuda: ngo-Eri, no-Onani, noShela, noPheresi, noZera; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi ayengoHesironi noHamule.


UTamari umalokazana wakhe wamzalela oPheresi noZera. Onke amadodana kaJuda ayeyisihlanu.


Kumadodana kaZera: nguJehuweli nabafowabo, bengamakhulu ayisithupha namashumi ayisishiyagalolunye.


UPhethahiya, indodana kaMeshezabeli, wabantwana bakwaZera, indodana kaJuda, wayengasesandleni senkosi ezindabeni zonke zabantu.


uJuda wazala oFaresi noZara kuTamari, uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ