Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 38:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Kwathi ukuba afinyeze isandla sakhe, nangu umfowabo ephuma; wathi: “Ufuzuleleni na?” Ngalokho igama lakhe laqanjwa ngokuthi uPheresi.*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

29 Lapho esiphindisela emuva isandla sakhe, kwaphuma umfowabo. Umbelethisi wayesethi: “Hawu! Waze wafohla bo!” Wayeseqanjwa igama kwathiwa nguPherezi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Elokhu ehoxisa isandla sakhe, umfowabo waphuma, wathi: “Nifohle kanjani na?” ngakho-ke igama lakhe lathiwa uParesi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 38:29
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi esabeletha, omunye wakhipha isandla; umbelethisi wathatha, wabopha esandleni sakhe ngentambo ebomvu, wathi: “Lo uphume kuqala.”


Amadodana kaJuda: ngo-Eri, no-Onani, noShela, noPheresi, noZera; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi ayengoHesironi noHamule.


UTamari umalokazana wakhe wamzalela oPheresi noZera. Onke amadodana kaJuda ayeyisihlanu.


ngu-Uthayi ka-Amihudi ka-Omri ka-Imri kaBani kubantwana bakwaPheresi kaJuda.


EJerusalema kwahlala abantwana abathile bakwaJuda nabakwaBenjamini. Kubantwana bakwaJuda: ngu-Athaya ka-Uziya, kaZakariya, ka-Amariya, kaShefathiya, kaMahalalele wabantwana bakwaPheresi,


Onke amadodana kaPheresi ahlala eJerusalema ayengamadoda anamandla angamakhulu amane namashumi ayisithupha nesishiyagalombili.


Amadodana kaJuda ngemindeni yawo: kwaShela: ngumndeni wakwaShela; kwaPheresi: ngumndeni wakwaPheresi; kwaZera: ngumndeni wakwaZera.


uJuda wazala oFaresi noZara kuTamari, uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu;


ka-Aminadaba ka-Adameyini ka-Arani ka-Esiromu kaFaresi kaJuda


indlu yakho mayibe njengendlu kaPheresi uTamari amzalela uJuda ngenzalo uJehova ayakukunika yona ngale ntombazana.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ