Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 38:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Wasuka, wahamba, wakhumula iveli lakhe, wembatha izingubo zakhe zobufelokazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 UThamari wasuka lapho, wabuyela ekhaya, wayisusa imvakazi, wagqoka inzilo yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Wasuka wahamba, walala eduze kweveli lakhe, wembatha izingubo zakhe zobufelokazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 38:19
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesekhumula izingubo zakhe zobufelokazi, wagubuzela, wazimboza, wahlala esangweni lase-Enayimi ngasendleleni eya eThimna, ngokuba wabona ukuthi uShela usekhulile, engamnikwa nokho abe ngumkakhe.


Wathi: “Ngikuphe sibambiso sini na?” Wathi: “Indandatho yakho, nentambo yakho, nodondolo lwakho olusesandleni sakho.” Wamupha, wangena kuye; wakhuliselwa nguye.


UJuda wathuma izinyane lembuzi ngesandla somhlobo wakhe wase-Adulamu ukuba athathe isibambiso esandleni sowesifazane, kepha akamfumananga.


UJowabe wayesethumela eThekhowa, walanda khona owesifazane ohlakaniphileyo, wathi kuye: “Ake uzishaye olilayo, ugqoke izingubo zokulila, ungazigcobi ngamafutha, kepha ube njengowesifazane oselilele ofileyo izinsuku eziningi,


Inkosi yathi kuye: “Unani na?” Wathi: “Maye, ngingumfelokazi! Indoda yami seyafa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ