Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 38:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wayesekhumula izingubo zakhe zobufelokazi, wagubuzela, wazimboza, wahlala esangweni lase-Enayimi ngasendleleni eya eThimna, ngokuba wabona ukuthi uShela usekhulile, engamnikwa nokho abe ngumkakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Wayesekhumula inzilo, wazemboza ngemvakazi, wahlala phansi ngasesangweni e-Enayimi, ngasemgwaqweni oya eThimna, ngokuba wabona ukuthi uShela usekhulile, kodwa wayenganikelwe kuye ukuba abe ngumkakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wakhumula izingubo zomfelokazi wakhe, wazimboza ngeveli, wazimboza, wahlala phansi endaweni evulekile esendleleni eya eThimna; ngoba wabona ukuthi uSela usekhulile, kodwa kamnikwanga ukuthi abe ngumkakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 38:14
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi encekwini: “Ngubani le ndoda ehamba endle ukuzosihlangabeza na?” Yathi inceku: “Yinkosi yami,” wayesethatha imvakazi yakhe, wagubuzela.


UJuda esembona wacabanga ukuthi uyisifebe, ngokuba wayegubuzele ubuso.


Wasuka, wahamba, wakhumula iveli lakhe, wembatha izingubo zakhe zobufelokazi.


Wakuvuma uJuda, wathi: “Ulungile kunami, njengokuba ngingamnikanga uShela indodana yami.” Akabange esamazi futhi.


Bheka, isihlangabezwa ngowesifazane; izingubo zakhe zingezesifebe, enobuqili enhliziyweni.


manje usemigwaqweni, nangu usezigcawini, uqamekela emagumbini onke.


“Phakamisela amehlo akho emadulini angenalutho, ubone; kuphi lapho ongalalwanga khona na? Ngasezindleleni ubahlalele njengomArabiya ehlane, walingcolisa izwe ngobufebe nangobubi bakho.


Ezingosini zonke zezitaladi wakha izindawo zakho eziphakemeyo, wenza ubuhle bakho baba yisinengiso, wenekela bonke abadlulayo imilenze yakho, wandisa ubufebe bakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ