Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 38:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Emva kwezinsuku eziningi yafa indodakazi kaShuwa umkaJuda; eseduduzekile uJuda wakhuphuka, waya kubo abagundi bezimvu zakhe eThimna, yena kanye nomhlobo wakhe uHira wase-Adulamu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Emveni kwesikhathi wafa umkaJuda, indodakazi kaShuwa. UJuda esemzilele umkakhe, wakhuphukela kubagundi bezimvu zakhe eThimna, enomngani wakhe uHira wase-Adulamu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kwathi ngokuhamba kwesikhathi yafa indodakazi kaShuwa umkaJuda; uJuda eseduduzekile wakhuphukela kubagundi bezimvu zakhe eThimna, yena nomngane wakhe uHira wase-Adulamu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 38:12
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Isaka wamngenisa etendeni likanina uSara, wamthatha uRebeka, wabangumkakhe; wamthanda; u-Isaka wayeseduduzeka emva kokufa kukanina.


ULabani esehambile ukuyogunda izimvu zakhe, uRaheli weba izithixo zikayise.


Kwathi ngaleso sikhathi uJuda wasuka kubafowabo, wehla, waya kumuntu wase-Adulamu ogama lakhe linguHira.


Inkosi uDavide yalangazelela ukuya ku-Abisalomu, ngokuba yayisiduduzekile ngo-Amnoni ibona ukuthi sewafa.


umkhawulo wajika usuka eBahala ngasentshonalanga, waya entabeni yaseSeyiri, wadlula waya eceleni kwentaba yaseJeharimi ngasenyakatho, eliyiKesaloni, wehlela eBeti Shemeshi, wadlula ngaseThimna;


neKayini, neGibeya, neThimna, imizi iyishumi nemizana yayo.


USamsoni wehlela eThimna; wabona owesifazane eThimna wamadodakazi amaFilisti.


U-Abigayili wafika kuNabali; bheka, wayenedili endlini yakhe, linjengedili lenkosi; inhliziyo kaNabali yayithokoza phakathi kwakhe, ngokuba wayephuze kakhulu; ngalokho akamtshelanga lutho oluncane nolukhulu kwaze kwaba sekuseni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ