Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 37:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kwathi uJosefa esefike kubafowabo, bamkhumula ingubo yakhe, leyo ngubo enemikhono emide ayeyigqokile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Uthe lapho uJosefa efika kubafowabo, bamhlubula ingubo yakhe ayeyigqokile embalabala, enemikhono emide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 UJosefa esefikile kubafowabo, bamhlubula uJosefa ingubo yakhe, ingubo yakhe enemibala eyayimbethe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 37:23
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Base bethi omunye komunye: “Impela sitholile icala ngomfowethu, njengokuba sabona usizi lwenhliziyo yakhe, esincenga, kasamlalela; ngalokho lolu sizi selufike phezu kwethu.”


Kepha u-Israyeli wathanda uJosefa kakhulu kunabantwana bakhe bonke, ngokuba wayeyindodana yobuxhegu bakhe; wamenzela ingubo enemikhono emide.


Babelana izingubo zami, benzelana inkatho ngesambatho sami.


URubeni wathi kubo: “Ningachithi gazi; mphonseni kulo mgodi osehlane, ningabeki isandla kuye,” ukuba amophule esandleni sabo, ambuyisele kuyise.


Bamthatha, bamphonsa emgodini; umgodi wawungenalutho, kungekho manzi kuwo.


Wayenengubo enemibala, ngokuba amadodakazi enkosi ayeyizintombi ayegqoka izingubo ezinjalo. Leyo nceku yayisimkhiphela phandle, yahluthulela emnyango emva kwakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ