Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 33:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJakobe waphakamisa amehlo akhe, wabheka, nango u-Esawu eza enamadoda angamakhulu amane. Abantwana wabahlukanisela oLeya, noRaheli, nezincekukazi zombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 UJakobe waphakamisa amehlo, wambona u-Esawu eza namadoda angama-400. Wehlukanisa abantwana bakhe, abanye bahamba noLeya, abanye noRaheli, abanye bahamba nezancinza zombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJakobe waphakamisa amehlo akhe, wabona, nango u-Esawu eza enamadoda angamakhulu amane. Abantwana wabahlukanisela uLeya noRaheli nezincekukazi zombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 33:1
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wazinikela esandleni sezinceku amaqambi ngamaqambi, wathi ezincekwini zakhe: “Dlulani ngaphambi kwami, nenze ibanga phakathi kweqambi neqambi.”


Ngalokho abantwana bakwa-Israyeli abawudli umsipha wenqulu osesikhoxeni senyonga kuze kube namuhla, ngokuba wathinta isikhoxo senyonga kaJakobe emsipheni wenqulu.


Wabeka izincekukazi nabantwana bazo ngaphambili, uLeya nabantwana bakhe ngasemuva, oRaheli noJosefa ngasekugcineni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ