UGenesise 31:52 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE52 le nqwaba ayibe ngufakazi, nensika ibe ngufakazi ukuthi angiyikudlula kule nqwaba, ngiye kuwe, nokuthi wena awuyikudlula kule nqwaba nakule nsika, uze kimi, ngokubi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202052 Kokubili kungubufakazi bokuthi anginakweqela ngale kwale nqwaba ngize kuwe, nawe awunakwedlulela ngale kwale nqwaba nale nsika uzosenzakalisa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202452 Lelithemba libe ngufakazi, futhi lelitshe lesikhumbuzo libe ngufakazi, ukuthi ngeke ngidlulisele lelithemba kini, nokuthi aniyikudiliza lelithemba naleli tshe lesikhumbuzo ukuze ngenze umonakalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha libe ngufakazi phakathi kwethu nani naphakathi kwezizukulwane zethu emva kwethu, ukuze senze inkonzo kaJehova phambi kwakhe ngeminikelo yethu yokushiswa, nangemihlatshelo yethu, nangeminikelo yethu yokuthula, ukuba abantwana benu bangasho kubantwana bethu ngesikhathi esizayo ukuthi: ‘Aninasabelo kuJehova.’