Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 30:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Kwathi lapho ibiyakumitha imihlambi eqinileyo, uJakobe wabeka izinti phambi kwamehlo emihlambi emiqengqeni ukuba imithe phakathi kwezinti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

41 Kwakuthi njalo uma eziqinileyo emhlanjini zikhwelana, uJakobe abeke izinduku phambi kwazo emikhombeni ukuze zikhwelwe zibheke kuzo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Kwathi njalo nxa inkomo ezilamandla zikhulelwa, uJakhobe wabeka amasila phambi kwenkomo emiseleni, ukuze zikhulele phakathi kwamabele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 30:41
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wazifaka izinti abezebulile emikhombeni nasemiqengqeni yamanzi phambi kwemihlambi, lapho imihlambi iza khona ukuphuza; yamitha ekufikeni kwayo ukuphuza.


UJakobe wayesahlukanisa amawundlu, wabhekisa ubuso bemihlambi kwezinemishwe nakwezimnyama emhlambini kaLabani; wabeka amaqembu akhe abe wodwa engawafaki emhlambini kaLabani.


Kepha lapho umhlambi wawubuthakathaka, akazifakanga; yathi-ke ebuthakathaka yaba ngekaLabani neqinileyo yaba ngekaJakobe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ