Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 30:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UNkulunkulu wamkhumbula uRaheli, uNkulunkulu wamuzwa, wavula isizalo sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 UNkulunkulu wamkhumbula noRaheli, wawuphendula umkhuleko wakhe, wasivula isibeletho sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 UNkulunkulu wacabanga ngoRaheli, uNkulunkulu wamuzwa, wavula isizalo sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 30:22
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Isaka wamkhulekela umkakhe kuJehova, ngokuba wayeyinyumba; uJehova wamzwela; uRebeka umkakhe wakhulelwa.


UJehova ebona ukuthi uLeya uyazondwa, wavula isizalo sakhe; kepha uRaheli wayeyinyumba.


Intukuthelo kaJakobe yayisivuthela uRaheli, wathi: “Ngisesikhundleni sikaNkulunkulu okwenqabele isithelo sesizalo na?”


Ngasemuva wazala indodakazi, waqamba igama layo ngokuthi uDina.


Amadodana kaRaheli ayengoJosefa noBenjamini.


UNkulunkulu wayesemkhumbula uNowa, nezilwane zonke, nezinkomo zonke ezinaye emkhunjini. UNkulunkulu wadlulisa umoya phezu komhlaba, amanzi abohla.


Ngokuba wakhumbula izwi lakhe elingcwele no-Abrahama inceku yakhe.


Inyumba uyayipha ukuphatha umuzi, ibe ngunina othokozayo wabantwana. Haleluya!


Bheka, abantwana bayifa elivela kuJehova, isithelo sesisu singumvuzo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ