UGenesise 3:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 UJehova uNkulunkulu wathi enyokeni: “Njengokuba usukwenzile lokho, uqalekisiwe phakathi kwezilwane zonke naphakathi kwazo zonke izilwane zasendle; uzakuhamba ngesisu sakho, udle uthuli izinsuku zonke zokuhamba kwakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202014 USimakade uNkulunkulu wathi enyokeni: “Ngokuba wenze lokhu, usuqalekisiwe kunezilwane zonke ezifuywayo, nezilwane zonke zasendle. Uyohuquzela ngesisu, udle uthuli izinsuku zonke zokuphila kwakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 UJehova uNkulunkulu wathi enyokeni: “Ngokuba usukwenzile lokho, uqalekisiwe ngaphezu kwezinkomo zonke naphezu kwazo zonke izilwane zasendle; uyakuhamba emlonyeni wakho, udle uthuli zonke izinsuku zokuhamba kwakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |