Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 27:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kwathi u-Isaka eseqede ukumbusisa uJakobe, uJakobe esand' ukuphuma ebusweni buka-Isaka uyise, wafika u-Esawu umnewabo evela ekuzingeleni kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Lapho nje eqeda u-Isaka ukubusisa uJakobe, kungakabi sikhathi esingakanani ephumile, kwangena umnewabo u-Esawu evela ekuzingeleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kwathi u-Isaka eseqedile ukumbusisa uJakobe, uJakobe engakasuki ebusweni buka-Isaka uyise, wafika u-Esawu umnewabo evela ekuzingeleni kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 27:30
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayeyiphisi elinamandla ebusweni bukaJehova; ngalokho kuthiwa: “Iphisi elinamandla njengoNimrode ebusweni bukaJehova.”


Abantu mabakukhonze, izizwe zikukhothamele; yiba yinkosi yabafowenu, amadodana kanyoko akukhothamele; makaqalekiswe okuqalekisayo, abusiswe okubusisayo.”


Naye wenza isilovela, wasiyisa kuyise; wathi kuyise: “Ubaba makavuke, adle inyamazane yendodana yakhe ukuba umphefumulo wakho ungibusise.”


Ngokuba niyazi ukuthi, nokuba ngasemuva ethanda ukudla ifa lesibusiso, waliwa, ngokuba akalitholanga ithuba lokuphenduka, noma ekufunisisa ngezinyembezi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ