Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 27:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Uyise u-Isaka wathi kuye: “Ake usondele ungange, ndodana yami.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 U-Isaka uyise wathi kuye: “Sondela ungange ndodana.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Uyise u-Isaka wayesethi kuye: “Sondela manje, ungange, ndodana yami.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 27:26
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi: “Sondeza kimi, ngidle inyamazane yendodana yami ukuba umphefumulo wami ukubusise.” Wayeseyisondeza kuye, wadla; wayisa kuye iwayini, waphuza.


Wasondela wamanga, wahogela iphunga lezingubo zakhe, wambusisa wathi: “Bheka, iphunga lendodana yami linjengephunga lensimu ebusisiwe nguJehova.


UJakobe wamanga uRaheli, waphakamisa izwi lakhe, wakhala.


Wayeseya uJowabe enkosini, wayitshela; isimbizile u-Abisalomu, weza enkosini, wakhothamela kuyo, ubuso bakhe bubheke phansi, phambi kwenkosi; inkosi yamanga u-Abisalomu.


Makangange ngokwanga komlomo wakhe! Ngokuba uthando lwakho lumnandi kunewayini.


Wafika masinyane kuJesu, wathi: “E Rabi!” Wamanga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ